Dumisani Shange :Veteran journalist, former SABC news editor
Namhlanje sixoxa nowayeyintatheli zombangazwe uDumisane KaMaliyavuza
Shange. Sibheka okwenzeka okwaholela ekutheni lolusuku olukhulu
lwenkululeko lwenzeke.

Dankie Mculo - sikhuluma noThemba Molongoana oyiHead of New Business Development at Downtown Music Publishing Africa - sibheka iqhaza elibanjwa i Artist Manager emkhakheni wezomculo
10:06

Hloma mzali - sikhuluma noNongcebo Gazide ongummeli ophuma e Gazide Attorneys - sibheka iCo-parenting lapho abazali bengasekho ndawonye kodwa kumele baqhubeke bakhulise umntwana ngokubambisana
20:55

Ingxoxo ekhethekile noDokotela wamehlo uThulebona Cele - Namhlanje usuku olwaziwa nge World Glaucoma Day. Ngokwembiko, baningi abantu abaphila nalesifo kodwa izimpawu bengenazo besekuthi uma sebethola, umonakalo usuke usumkhulu
12:32