Ukushona kwelungu lomndeni kufanele kube isikhathi sokududuzana nokubambana, kodwa kwezinye izikhathi kuba yisiqalo sezingxabano ezinzima kubangwa indlu, umhlaba kanye nefa.
Izimo ziba nzima kakhulu uma kungashiywanga incwadi yefa, noma uma kuba khona ukungaboni ngaso linye phakathi komthetho wesintu nomthetho ojwayelekile. Namhlanje sizoxoxa ngamalungelo omndeni, izingxabano zefa kanye nezindlela zokugwema lezi zinkinga nesazi sezomthetho, nesazi sethu somthetho, uMelusi Xulu waseDonda Attorneys Inc.

Ingxoxo noNtencane
22:19

Ingxoxo noKhuzani Mpungose
22:08

Intsha Kwimboni Yezolimo | Umphako Wemvelo
10:15