Abathengi abaningi babhekana nezinselelo ezifana nokubolekiswa kwemali ngendlela engafanele, ukukhokhiswa izikweletu ngokungacacile, noma izingxabano nababolekisi, kodwa abaningi abawazi amalungelo abo noma izindlela ezisemthethweni zokufuna usizo.
Kulengosi sikhuluma nochwepheshe ukuze asichazele ukuthi umthetho uthini, yiziphi izinyathelo okufanele zithathwe uma kuvela ingxabano, nokuthi abathengi bangazivikela kanjani ekuphulweni kwamalungelo abo.

Ilungelo lami Lokuvota | Asikhulume
12:05

Chef Smamkele Nyathi of 65 Plates
13:22

Izexwayiso Zokubuyiswa Kwemikhiqizo | Mthengi Gada Iphakethe Lakho
21:21