Dankie 1223Dankie 1223

Ukuqonda Uhlelo Lwezobulungiswa Kumacala eGBVF |Ingalo Yomthetho

View descriptionShare
 

Dankie 1223

It is an urban show for Afropolitan: Young, urban and culturally savvy with a global outlook. Inhabitants of a metropolis. People who are in rural/per 
1,618 clip(s)
Loading playlist

INingizimu Afrika ibhekene nemibiko eshaqisayo yokubulawa kwabesifazane, ikakhulukazi eGauteng, lapho kutholakale khona izidumbu zabesifazane abaningi endaweni yase-Ekurhuleni ezinyangeni ezimbalwa ezedlule. Kuze kube manje, amaphoyisa athole izidumbu zabesifazane abayisishiyagalolunye, kanti uphenyo lusaqhubeka futhi akukaqinisekiswa ukuthi wonke la macala axhumene yini.

Namuhla sifuna ukuqonda kahle lolu hlelo, ngoba uma sikhuluma ngokulwa ne-Gender Based Violence and Femicide, akukhona nje ukubika icala; kubalulekile nokwazi ukuthi uhlelo lwezobulungiswa lusebenza kanjani, nokuthi yini engenza icala liqhubekele phambili noma lime endleleni.

  • Facebook
  • X (Twitter)
  • WhatsApp
  • Email
  • Download

In 1 playlist(s)

Dankie 1223

It is an urban show for Afropolitan: Young, urban and culturally savvy with a global outlook. Inhabi 
Social links
Recent clips
Browse 1,676 clip(s)