Izikweletu zingehlela noma ubani. Ukulahlekelwa umsebenzi, ukukhuphuka kwezindleko zokuphila, izimo ezingalindelekile noma ukuthatha izikweletu ezingaphezu kwamandla akho kungakushiya usungasakwazi ukukhokha ngendlela efanele.
Uma lokhu kwenzeka, abantu abaningi bezwa ngeDebt Review, kodwa kusenokungacaci kahle nokudideka ngokuthi iyini nokuthi isebenza kanjani. Ukusisiza siqonde kabanzi ngeDebt Review futhi sichithe imibono engelona iqiniso, sinongoti ovela kwa- National Credit Regulator.

Ingxoxo noNtencane
22:19

Ingxoxo noKhuzani Mpungose
22:08

Intsha Kwimboni Yezolimo | Umphako Wemvelo
10:15