Kule nyanga yentsha siqhubeka nokubheka amathuba angavulela intsha iminyango yomnotho. Namuhla sigxila kumathenda kahulumeni. Abantu abaningi bakholelwa ukuthi lamathuba awafinyeleli kalula entsheni, kodwa ingabe kunjalo ngempela? Ukuze siqonde kabanzi ngalolu hlelo, nokuzocija ngokomthetho njengosomabhizinisi osafufusa, sikhuluma nesazi kwezomthetho, uSesethu Magaba, oqhamuka eMpungose & Dlamini Inc. Attorneys.

Ingxoxo noNtencane
22:19

Ingxoxo noKhuzani Mpungose
22:08

Intsha Kwimboni Yezolimo | Umphako Wemvelo
10:15