Uma sikhuluma ngefa lethu namasiko, izinkomo zidlala indima enkulu emiphakathini yethu. Sekuyizizukulwane ngezizukulwane imfuyo ibhekwa njengophawu lomcebo, isithunzi kanye nempahla edluliselwa emndenini.
Ungoti wethu kwezemfuyo uNdumiso Gule unathi njengoba sibheka ukuthi imfuyo ingaba kanjani yimpahla eyakha ingcebo, kodwa futhi sibheke iqiniso lezindleko ezihambisana nokufuya.

Ukuqonda Uhlelo Lwezobulungiswa Kumacala eGBVF |Ingalo Yomthetho
21:06

Graduate Zidayise | Kubamba Ezingelayo
15:24

Amathuba Emisebenzi - 21 September 2026
03:38