#Ngimnyam'futhingimuhle :Londiwe Nyawo
Umsunguli we Vita Derma Radiance, qualified Somatologist and Aesthetician
Namhlanje uLondiwe Nyawo ukhuluma ngezinto esingazenza ukubuyisela
isikhumba esimweni emva kwamaholidi uma soniwe ukudla obukudla noma
ilanga.

Dankie Mculo - sikhuluma noThemba Molongoana - sibheka ukuthi yimaphi amadeals ongaba nawo namapromoter uma ufuna ukuzenzela umcimbi njengeciko
21:47

Hloma Mzali - sikhuluma noSiyabonga Mngadi omunye wabasunguli benkampani ebizwa ngokuthi Izipho Zokuphila, ukhanda amaTraker emfuyo nawezingane
12:22

Ingxoxo ekhethekile nomculi uManqonqo
19:41