Ukufuna umsebenzi kulezi zinsuku sekudinga okungaphezu kokuba ne-CV enhle noma iziqu kuphela. Abantu abaningi bayafaka izicelo kodwa bagcine bengabizwa ngisho kuma-interview, kanti kwezinye izikhathi kuba khona izinto ezincane kodwa ezibalulekile ezaziwa ngabantu abasebenza kwi-HR kuphela.
Namhlanje sizobheka ezinye zezinto i-HR ezaziyo okufanele nabafuna umsebenzi bazazi ukuze bazithuthukise futhi bandise amathuba abo okuqashwa, noDr Vumile Msweli oongumsunguli we-Hesed Africa Foundation and Africa Career Summit.

Ingxoxo noNtencane
22:19

Ingxoxo noKhuzani Mpungose
22:08

Intsha Kwimboni Yezolimo | Umphako Wemvelo
10:15