sikhuluma no Khanyisile Ngcobo ophuma e Senzakahle okuyinhlangano esiza omama
abanabantwana abakhubazekile babafundise amakhono bakwazi ukuziphilisa kakhulukazi uma bekufanele bayeke imsebenzi ukuze banakekele abantwana babo.

Ingxoxo ekhethekile nomculi uThulani ‘Gah’ Ndlela
22:53

Business 101 - sikhuluma no Sizwe Khanyile usomabhizinisi onenkampani emkhakheni wezokuqapha iMzungezwa Security
23:05

Kubamba ezingelayo - Sikhuluma noMam’Mbongwa we Dorka Career Consulting osize abantu abasha abaningi kulengosi esipha amathuba omsebenzi
16:02