Dankie 1223Dankie 1223

DANKIE1223 - UMSHADO WESINTU VS UMSHADO OMHLOPHE

View descriptionShare

Dankie 1223

Dankie 1223
968 clip(s)
Loading playlist

Ucwaningo lakwa- STATS SA, luveza ukuthi isifundazwe esihamba phambili ngenani labashadikazi iNorthern Cape. Kubantu abangama- 100 000 kushade abangu 347.

Isifundazwe esilandelayo iFree State. Kubantu abangama- 100 000 kushade abangama- 323, bese kuthi eWestern Cape kubantu abangama 100 000 kushade abangama- 300.

Uma sibuka iMpumalanga, isona sifundazwe esiphansi kakhulu ngokwezibalo zabashadikazi. iGuateng neWestern Cape ihamba phambili ngemishado ebhalisiwe
ngaphansi komthetho we- Civil Union. Bese iLimpopo ihambe phambili ngemishado ebhaliswe ngaphansi kwe- Customary marriages Act, kulandele iKZN, EC neMpumalanga.

Sifisa ukwazi kuwe ogane ngokwesintu ukuthi niwubhalisile yini umshado wenu? Kungaba ingokwe- Civil Marriages Act noma Customary Marriages Act? Sikhumbule ukuthi iCustomary marriages act iyasivuma isithembu, kepha iCivil Union ayisivumi.

  • Facebook
  • X (Twitter)
  • WhatsApp
  • Email
  • Download

In 1 playlist(s)

  1. Dankie 1223

    968 clip(s)

Dankie 1223

Dankie 1223
Social links
Recent clips
Browse 989 clip(s)