Namhlanje sikhuluma okokugcina noMam Nobule, ngesonto elizayo sizobe sibheka isikhumba somuntu omnyama kakhulu.
Usesichushise ngezinwele izinyanga ezintathu manje, siyakugqugquzela ukuthi uztholele lezingxoxo esesibe nazo izinyanga ezine kuma-podcast ethu- www.ukhozifm.co.za
Namhlanje sizofunda ngendlela yokunakekela unwele lakho njengoba sekuzongena ihlobo. Eb’sika siyaye sikhale ngokoma kwezinwele nokubaluleka
kwam- protective hairsyles. Namhlanje sizohlaziya izinwele ehlobo.
Nobuhle Nzama wase Fix Your Hair Salon.

Business 101 - sikhuluma no Sizwe Khanyile usomabhizinisi onenkampani emkhakheni wezokuqapha iMzungezwa Security
23:05

Kubamba ezingelayo - Sikhuluma noMam’Mbongwa we Dorka Career Consulting osize abantu abasha abaningi kulengosi esipha amathuba omsebenzi
16:02

KUBAMBA EZINGELAYO - Amathuba emisebenzi (30 KuNdasa 2026)
06:33