Sikhuluma noSis Zoe Ntsokontsoko oyi-Beautician ezimele, unendawo yakhe eNewtown Junction Mall lapho akenza khona yonke into emayelana nobuhle.
Kungaba ukulapha isikhumba sakho ngaphakathi nangaphandle, izinzipho, i-Make up ngisho nezinwele. uSis Zoe uwufundele lomsebenzi, wenze iSomatology okuyizifundo zobuhle.
Siyakugqugquzela ukuthi uzitholele lezingxoxo esesibe nazo izinyanga ezine kuma- podcast ethu- www.ukhozifm.co.za