Siyazi ukuthi lempelasonto, iWeekend Enkulu, lapho khona kuzobe kugcwele izithombe nezimbali ezinkundleli zokuxhumana kubungazwa oMama ngosuku lwabo olukhulu phecelezi iMother’s Day.
Kuyancomeka ukubona ukuthuthuka kwezindlela ezahlukene ukubungaza inzalabantu.
Kulomgqibelo esiya kuwo kuzophuma iMovie entsha eNingizimu Africa ebizwa nge- Mom’s Rising ebekiswe kuyona inzalabantu nemilando yabo eyahlukene emphakathini.
Ukwazi kabanzi ngale- Movie sikhuluma nombhali wayo uLerato Sithole

Dankie Mculo - sikhuluma noThemba Molongoana - sibheka ukuthi yimaphi amadeals ongaba nawo namapromoter uma ufuna ukuzenzela umcimbi njengeciko
21:47

Hloma Mzali - sikhuluma noSiyabonga Mngadi omunye wabasunguli benkampani ebizwa ngokuthi Izipho Zokuphila, ukhanda amaTraker emfuyo nawezingane
12:22

Ingxoxo ekhethekile nomculi uManqonqo
19:41