Kusuke umsindo kulempelasonto ngePhathi esuse ukukhuluma ezinkundleni zokuxhumana. iPhathi ibiKwa-Mashu endaweni ebizwa ngokuthi ise-London.
Lephathi ebibungaza umdansi owaziwa ngokuthi uMgilane. Iqale ngoLwesihlanu yaphela ngoLwesibili lolu layizolo.
Ubonakala ezinkundleni zokuxhumana efonela abazali bezihambheli zakhe ebatshela ukuthi bazobuya ngakusasa ngoba basabhizi nomcimbi wokuphothula
intwaso yakhe.

Hloma Mzali - sikhuluma noSiyabonga Mngadi omunye wabasunguli benkampani ebizwa ngokuthi Izipho Zokuphila, ukhanda amaTraker emfuyo nawezingane
12:22

Ingxoxo ekhethekile nomculi uManqonqo
19:41

Ekhishini laMaMkhulu - sivakashelwe o Mgabadeli ama Dladla Brothers abasunguli be The Meat Park e Kwamashu, Banendlela ehlukile abapheka ngayo inyama eyenza abantu babuye njalo
10:30