Dankie 1223Dankie 1223

DANKIE1223 - MENZI JELE INTERVIEW (BATTLE OF ISANDLWANE COMMEMORATION - 22 JAN)

View descriptionShare

NJENGOBA sike sakuhlebela mlaleli kusaqala uhlelo- usuku olukhulu lolu kwisizwe sama- Zulu! Namhlanje sigubha iminyaka eyikhulu, amashumi amane nesithupha amabutho ahlula amaNgisi eSandlwane eNquthu. 

Lokhu kuwumlando omkhulu futhi obalulekile kuma- Zulu ngoba wasibeka ebalazweni umhlaba wonke jikelele. Isizwe esihlule amaNgisi ngemikhonto kuphela.

Sikhuluma noMenzi Jele oyintatheli noSolwazi Wezomlando (Historian) ohloniphekile eNingizimu Afrikha. Uzothatha asibeke ukuthi benzani njengoba bese- Sandlwana eNquthu kusukela izolo.

  • Facebook
  • X (Twitter)
  • WhatsApp
  • Email
  • Download

In 1 playlist(s)

Dankie 1223

It is an urban show for Afropolitan: Young, urban and culturally savvy with a global outlook. Inhabi 
Social links
Recent clips
Browse 1,512 clip(s)