Sekujwayelekile ukuthi ama- podcast noma ama- Youtube channels esuse ukukhuluma ezinkundleni zokuxhumana ngenxa yezinto ezishiwo khona, noma indlela aba- Editha ngayo i- footage ukuze ihehe ama- subcribers noma ama-followers.
Kunengxoxo esuse ukukhuluma okunzima ezinkundleni zokuxhuma. Ingxoxo ephakathi kuka- Mnu. uMax Mnqadi nethimba labadlali be- Golden Arrows.
Ingxoxo yabo siyibone kwi- Up, Back, Through Podcast by Golden Arrows.
Ukhona uMnu. Mqadi ukuzoziphendulela ngalamazwi akhe, nendlela eshiye abantu baselokshini bezizwa ngayo.

Hloma Mzali - sikhuluma noSiyabonga Mngadi omunye wabasunguli benkampani ebizwa ngokuthi Izipho Zokuphila, ukhanda amaTraker emfuyo nawezingane
12:22

Ingxoxo ekhethekile nomculi uManqonqo
19:41

Ekhishini laMaMkhulu - sivakashelwe o Mgabadeli ama Dladla Brothers abasunguli be The Meat Park e Kwamashu, Banendlela ehlukile abapheka ngayo inyama eyenza abantu babuye njalo
10:30