Dankie 1223Dankie 1223

DANKIE1223 - KWANDABA ZABANTU (19 DEC)

View descriptionShare

Dankie 1223

Dankie 1223
968 clip(s)
Loading playlist

Emandulo, imizi eminingi ibiba noGogo noMkhulu, kube abantu asebekhulile. Siyabona kulezinsuku ukuthi oGogo noMkhulu bahamba bayancipha ngeminyaka.

Awuke usazise, nisanaye uGogo noma umkhulu egcekeni? Uma bengasekho, abazukulu bahlanganaphi uma sekufika lezi zikhathi zonyaka? Ifestive/iphasika etc.

UCWANINGO:

iMinyaka yokuphila, phecelezi, Life expectancy, yamadoda nabantu besifazane eNingizimu Afrikha, ayifani. Lokhu kudalwa izimo ezahlukene. iHIV & Aids, ukhuvethe nokufinyelela kwimtholampilo.

Ucwaningo esilutholile kulonyaka kwa- STATS SA, olubheke iminyaka yokuphila yethu, ibeke umuntu wesilisa kwiminyaka engama- 63.6 Years, kanti abesifazane ku- 69.2 years. Lokhu kuyaveza ukuthi ngempela iminyaka yoGogo noMkhulu ilokhu yehla.

  • Facebook
  • X (Twitter)
  • WhatsApp
  • Email
  • Download

In 1 playlist(s)

  1. Dankie 1223

    968 clip(s)

Dankie 1223

Dankie 1223
Social links
Recent clips
Browse 989 clip(s)