Dankie 1223Dankie 1223

DANKIE1223 - KWANDABA ZABANTU (03 OCT 2024)

View descriptionShare

Ngokombiko we- Africa News, u13% wabantu abaphila eNingizimu Afrika uhlala emkhukhwini, phecelezi ama- informal settlements.

Lokhu kuchaze ukuthi kubantu abalinganiselwa ku65 million eNingizimu Afrika abantu abangaphezulu kwesigidi baphila emkhukhwini.

Kuningi esizitshela ukuthi siyakwazi ngabantu abaphila emkhukhwini, kungaba izizathu zokuhlala khona, impilo yokungcola esiyibona khona, ukungaphephi kwakhona nokunye okuningi.

Namhlanje sifisa ukukhuluma nomlaleli othi uhlala emjondolo noma uke wahlala kuma- informal settlements. Sifuna usazise ngempilo yakhona, okuhle nobubi bakhona. Izinto abantu abangakaze behlale khona abangazazi.

Eg: Ngithukile the other day when I passed a settlement near Sandton and there was a church service happening. Abantu bahleli ezitulweni kuyashunyayelwa.

  • Facebook
  • X (Twitter)
  • WhatsApp
  • Email
  • Download

In 1 playlist(s)

  1. Dankie 1223

    873 clip(s)

Dankie 1223

Dankie 1223
Social links
Recent clips
Browse 890 clip(s)