Sikhuluma noMam’ uMbongwa umsunguli weDORKA CAREER CONSULTING.
Isihloko: Sibuka indela (Structure) okumele usilandele ukuze uwuphendule kahle umbuzo oxaka abaningi kwi- Interview, u- ‘Tell Us About Yourself?’.

Hloma mzali - sikhuluma noNongcebo Gazide ongummeli ophuma e Gazide Attorneys - sibheka iCo-parenting lapho abazali bengasekho ndawonye kodwa kumele baqhubeke bakhulise umntwana ngokubambisana
20:55

Ingxoxo ekhethekile noDokotela wamehlo uThulebona Cele - Namhlanje usuku olwaziwa nge World Glaucoma Day. Ngokwembiko, baningi abantu abaphila nalesifo kodwa izimpawu bengenazo besekuthi uma sebethola, umonakalo usuke usumkhulu
12:32

Ingxoxo ekhethekile noWonderBuhle oyi Visual Artist
20:11