Dankie 1223Dankie 1223

DANKIE1223 - INGA HINA & J CROSS UNLIMITED INTERVIEW

View descriptionShare

ULwazi Janda wazalelwa eBisho idolobhana elincane eMpumalanga Kapa ngo-1983. Manje osegama lakhe lesiteji elithi JCrossUnlimited, waqala ukufunda ubuciko be-deejaying ngo-2001.

U-INGA HINA ungumculi nombhali wezingoma waseGqeberha, phambilini obeyaziwa ngePortElizabeth, e-Eastern Cape.

Ekuqaleni konyaka ka-2018, inkundla yoku-DJ eNingizimu Afrika yaqala ukugxila kakhulu, futhi lokho kwakuholwa kakhulu nokufika kwe-Amapianoemculweni ojwayelekile.

Lawa ma-dynamics agqugquzele u-Jcross ukuthi enze owakhe umculo ukuze abe yi artist futhi abhukhekekalula.

Waqala ukufunda ukudidiyela umculo ngasekuqaleni kuka-2020 ekupheleni kwe-Lockdown e-SA, kodwa kwaba yilapho ehlangana nabadidiyeli abafana no-Deejay Soso no-DJ Teddy lapho amakhono akhe ekudidiyeleni umculo ethuthuka ngempela futhi lokhu kwaholela ekukhishweni kweculo lakhe lokuqala.

U-Inga Hina wakhuliswa ugogo wakhe ongasekho asambiza ngo-“Mawawa” ezingomeni zakhe eziningi.

Ekukhuleni kwakhe, impilo yayigcwele umculo omnandi futhi exoxa noMakhulu “e stoepini” lapho ayemtshelakhona ngazo zonke izinto ezinhle ayezomenzela zona lapho esekhulile.

  • Facebook
  • X (Twitter)
  • WhatsApp
  • Email
  • Download

In 1 playlist(s)

  1. Dankie 1223

    832 clip(s)

Dankie 1223

Dankie 1223
Social links
Recent clips
Browse 848 clip(s)