Dankie 1223Dankie 1223

DANKIE1223 - DANKIE MCULO (29 NOV)

View descriptionShare

Siyakwamukela kwingosi yethu - Dankie Mculo. Kulengosi sicobelelana ngolwazi ngezomculo eNingizimu Africa naphesheya.

Kungabe ufisa ukungena kuwo lomkhakha wakaqeda isizungu noma ungumlamdeli wawo. Njalo ngolwesihlanu sinoThemba Molongoana oyi-Head of Artist & Repertoire kwa- David Gresham Records.


Sesifikile isikhathi sonyaka sezingoma ezishisayo, futhi esizogcina sizwa ukuthi seziyalwelwa. Sekujwayelekile ukuzwa ukuthi amaciko alwa wodwa noma alwa nama- CMO ngokuthi ubani umnikazi wengoma noma kumele ethole iCut engakanani.

Namhlanje uThemba uzosazisa ukuthi izinto zixazululwa kanjani uma sekubangwa ingoma Phakathi kwe- artist namaCollective Management Organisations. Uzoke eqale esikhumbuze ukuthi kambe yini ama- Collective Management Organisations.

Siyakugqugquzela mlaleli ukuthi uthole ama- Podcast ethu ku- www.ukhozifm.co.za ukuze lonke lolulwazi esesicobelalene ngalo noThemba uluthole, uhlale nalo efonini ukuzikhumbuza.

DANKIE MCULO! PART 2

Themba takes us through 5 songs or albums that dropped today.

  • Facebook
  • X (Twitter)
  • WhatsApp
  • Email
  • Download

In 1 playlist(s)

  1. Dankie 1223

    952 clip(s)

Dankie 1223

Dankie 1223
Social links
Recent clips
Browse 970 clip(s)