Dankie 1223Dankie 1223

DANKIE1223 - AMALIMU (KWANDABA ZABANTU 06 MARCH)

View descriptionShare

Namhlanje sikhuluma nabalaleli abanamalimi KUPHELA. Sicela kube ibona KUPHELA abasithumela ama- VN.

Sifisa ukufunda kabanzi kubantu abanamalimi. Bazizwa kanjanii? Akubamba nini kakhulu? Wenza kanjani ukuwathiba uma kunesidingo sokukhuluma phambi kwabantu?

Ingabe kukhona lapho amalimi akho akuvalela ithuba khona? Noma kunomkhakha ongakwazanga ukusebenza kuwo ngenxa yamalimi akho? 

Amalimi ayi- Speech disorder, edala ukuthi umuntu engakwazi ukuphimisa noma ukuqeda umusho engazange ethathe ikhefu. Lenkinga abantu abaningi bazalwa nayo kanti abanye ngokukhula kwaba ayadaleka ngenxa yokuhlukumezeka okuphazamisa umqondo.

  • Facebook
  • X (Twitter)
  • WhatsApp
  • Email
  • Download

In 1 playlist(s)

Dankie 1223

It is an urban show for Afropolitan: Young, urban and culturally savvy with a global outlook. Inhabi 
Social links
Recent clips
Browse 1,523 clip(s)