I-BRICS Summit ebiseNew Delhi, e-India, ihlanganise abaholi bamazwe ngesikhathi umhlaba ubhekene nezingxabano zezombusazwe, izinselelo kwezomnotho kanye nokushintsha kobudlelwano phakathi kwemibuso emikhulu. INingizimu Afrika nayo ibiphakathi kwamazwe abambe iqhaza kulezi zingxoxo.
Namhlanje sibheka ukuthi yini ephume eNgqungqutheleni yaseNew Delhi nokuthi lokhu kusho ukuthini kithina njengabantu baseNingizimu Afrika.

Ukuqonda Uhlelo Lwezobulungiswa Kumacala eGBVF |Ingalo Yomthetho
21:06

Graduate Zidayise | Kubamba Ezingelayo
15:24

Amathuba Emisebenzi - 21 September 2026
03:38