Kudala umngcwabo wawungewona umbukiso. Wawuyisikhathi sokududuza, sokuhlangana komphakathi nokuthwala umthwalo womndeni oshonelwe. Kodwa namuhla kubonakala sengathi izinto seziguqukile. Imingcwabo eminingi isiphenduke umcimbi lapho abantu belindele ukudla okucokeme, iziphuzo ezibizayo, amatende amahle, izihlalo ze-VIP, ngisho ne-menu ethile.
Kulengosi sibheka ukuthi ikuphi okumele kwenziwa ukuze sibuyele emasisweni makunesifo endaweni noma nathi njengomndeni sihanjelwe ilunga?

Ilungelo lami Lokuvota | Asikhulume
12:05

Chef Smamkele Nyathi of 65 Plates
13:22

Izexwayiso Zokubuyiswa Kwemikhiqizo | Mthengi Gada Iphakethe Lakho
21:21