Udaba lokufuduka kwabantu nokuba khona kwabantu bakwamanye amazwe abangekho emthethweni eNingizimu Afrika luyaqhubeka nokushisa izikhotha. Kodwa ngaphandle kokubheka indima edlalwa yiNingizimu Afrika, kuphakama nombuzo wokuthi yimuphi umthwalo okufanele uthwalwe ohulumeni bamazwe lapho laba bantu bevela khona.
Namhlanje sikhuluma nochwepheshe kwezobudlelwano bamazwe ngamazwe, uWandile Msomi, ngalolu daba olubucayi noluthinta ubudlelwano phakathi kwamazwe ase-Afrika.

Ingxoxo noNtencane
22:19

Ingxoxo noKhuzani Mpungose
22:08

Intsha Kwimboni Yezolimo | Umphako Wemvelo
10:15