Dankie 1223Dankie 1223

Amathuba Okusebenza Phesheya Kwamazwe | Siqalaza Phesheya

View descriptionShare
 

Dankie 1223

It is an urban show for Afropolitan: Young, urban and culturally savvy with a global outlook. Inhabitants of a metropolis. People who are in rural/per 
1,571 clip(s)
Loading playlist

Ngesonto eledlule sikhulume ngamaphupho okuyosebenza phesheya kwezilwandle esinawo, kwabe sekuqhamuka isicelo komunye wabalaleli osibhalelile ecela ukuthi sike sivulele laba abasebenza nabake basebenza phesheya kwezilwandle, ukuthi basiphe izeluleko njengabantu asebeyihambile lendlela.

Sibe sesithi, namhlanje sifuna ukuzwa kubantu baseNingizimu Afrika asebake basebenza noma abasasebenza phesheya. Yiliphi izwe okulo noma owake wahlala kulo? Waya kanjani khona? Yimaphi amakhono noma iziqu ezakuvulela lelo thuba? Yiziphi izinselelo owahlangabezana nazo, futhi yiziphi izeluleko onganika labo abafisa ukulandela le ndlela?

  • Facebook
  • X (Twitter)
  • WhatsApp
  • Email
  • Download

In 1 playlist(s)

Dankie 1223

It is an urban show for Afropolitan: Young, urban and culturally savvy with a global outlook. Inhabi 
Social links
Recent clips
Browse 1,627 clip(s)