Kuthiwa “umuntu waziwa ngabantu ahamba nabo.” Abantu esichitha nabo isikhathi esiningi bangaba nomthelela endleleni esicabanga ngayo, esizibona ngayo kanye nalokho esikholelwa ukuthi singakufeza.
Namhlanje sibheka abantu esiphilisana nabo, iSkeem. Ingabe abantu esihamba nabo bayasisukumela phezulu, noma sebenguphahla lwamaphupho ethu?

Ukuqonda Uhlelo Lwezobulungiswa Kumacala eGBVF |Ingalo Yomthetho
21:06

Graduate Zidayise | Kubamba Ezingelayo
15:24

Amathuba Emisebenzi - 21 September 2026
03:38