Izinto ezibiza kakhulu ezake zakhiwa zifaka iziteshi zasemkhathini, amadamu, izitimela, izikhumulo zezindiza neziteshi zikagesi. Kodwa ukuzibeka ngokulandelana kunzima ngoba amanani ashintshwa ukwehla kwamandla emali nokuthi kubalwa ziphi izindleko. Ake sibuke lezinto ezibabazekayo zemali eshisiwe.

UKHOZI FM MOTORING_ Sbo Myeni - 22 SEPTEMBER 2026 #UkhoziFMWNB
12:09

ASISABALALE NGOLWAZI_ no-Nco Dube - ISilo uShaka kaSenzangakhona yaguqula ubukhosi obabubuncane baba nguMbuso kaZulu onamandla. Kodwa umlando wakhe kufanele uhlukanise iqiniso nenganekwane, futhi uvume kokubili ukwakha kwakhe isizwe nodlame lwezimpi zakhe #UkhoziFMWNB
27:07

NAMI IYASHUNQA INTUTHU_ Namhlanje sikhuluma no-Nksz Simthembile Sibisi waseMsinga, ongumama wengane eneminyaka eyisikhombisa (7) ubudala okusolwa ukuthi yanukubezwa ngokocansi yilungu lomndeni elingumkhulu womntwana. Ngokokulandisa kwengane, umsolwa ungumfowabo kamkhulu ozala unina…okusho ukuthi umkhulu omncane #UkhoziFMWNB
24:45