Ukhozi BreakfastUkhozi Breakfast

Xolisile Mbhele Interview

View descriptionShare
 
Sixoxisana nomuntu wesifazane owazithola esesimweni esinzima waze wagwetshwa iminyaka engu 15. Uphume ngo 2016 manje impilo ayilula neze.

Usichazela ngodaba kwakhe: wenzani aze aboshwa, impilo yakhe ayeyiphila yaba namthelela muni ekutheni azithole kulesimo azithola kuso ezeboshwa.

Inkinga enkulu abhekene nayo u Xolisile udaba lwe criminal record oluvala amathuba omsebenzi njengoba ewudinga ngoba ubefunda e Unisa kodwa usamile njenxa yezimali. Ngabe kukhona esingakwenza njenge friends of VMBS?
  • Facebook
  • X (Twitter)
  • WhatsApp
  • Email
  • Download

In 1 playlist(s)

Ukhozi Breakfast

An energetic breakfast show packed with education, information, inspiration and wit, presented by Ve 
Social links
Recent clips
Browse 1,451 clip(s)