Interview: Ubaba walowo owayeyinkakha yesibhakela u-Dingaan Thobela ufuna izingane zendodana yakhe zenze ama DNA ukuze abe nesiqiniseko sokuthi izingane zendodana yakhe ngempela.
Lokhu kulandela isicelo asifake enkantolo ephakeme yase Goli sokuthi kulindwe imiphumela yama DNA ngaphambi kokuthi kukhishwe izimali zengane yakhe. Inkantolo isichithile lesicelo. U-Thobela wadlula emhlabeni ngo April kulonyaka.
Sixoxa nengane ka Dingaan u-Bongani Thobela sizobuye sixoxe nongoti wama DNA. Sizamile ukuthola ubaba ka Dingaan kodwa sangaphumelela.
TOPIC: Uthini owakho umbono ngama DNA? Usuke wazithola usesimweni lapho kumele wenze khona le test? Yathini imiphumela?
Guest: Dr Nontobeko Mbatha, Founder of Tumeladi Diagnostic Pathologists

#Ukhozi FM BREAKFAST SHOW - 07 APRIL 2026
11:46

#UkhozifmVabs :sixoxa no Rank Manager wase Mbumbulu taxi association
09:39

#Ezwenisakhile :UMZALI OXAKWE INGANE ENIMNYAKA EMITHATHU EYISIQHWAGA ECRECHE NASENDLINI. ISIZE YAGWAZA ILUNGA LOMNDENI INXEBANA.
17:31