Namhlanje sivakashela udaba oluthinta ezamaciko eKZN lapho sikhuluma khona ngokungenami kwamaciko
ngokusetshenziswa kwendawo ebizwa nge KwaZulu Natal Music House. Sikhuluma no Mnuz Ntando Mnyandu,
okhulumela uMnyango wezamaciko eKZN.

#Ezwenisakhile :Sikhuluma no Anonymous owadlwengulwa ilunga lomndeni
15:51

#UkhoziVabs :sikhuluma no Dr Malungi Memela :Kunemibiko ethi ama STI ayabhubhutheka eNingizimu-Africa. Okuthusa wonke umuntu, kuyiqiniso kangakanani lokhu? Oluphi uhlobo legciwane oluhamba phambili njengamanj
10:54

#UkhozifmVabs :sikhuluma no Mbongeni Mdluli owake waboshwa uxwayisa abantu abasha ngobungozi bezidakamizwa
02:38