

#UKHOZIFMTOP20 - INGXOGXO EKHETHEKILE noDJ MERLON (07FEB)

#UKHOZIFMTOP20 - INGXOGXO EKHETHEKILE noDJ KOTINI (24 JAN)
Ingxoxo ekhethekile noDJ, Producer noSomabhizinisi uDJ Kotini wakhona la KwaZulu Natal, usezakhele igama iNingizimu Afrika nomhlaba, futhi usebekulendima iminyaka eminingi.

#UKHOZIFMTOP20 - INGXOGXO EKHETHEKILE noDUNCAN (17 JAN)
Ingxoxo ekhethekile nomculi weHip Hop uDuncan wakhona la KwaZulu Natal, usezakhele igama iNingizimu Afrika nomhlaba, futhi usebekulendima iminyaka eminingi.

#UKHOZIFMTOP20 - INGXOGXO EKHETHEKILE noTHOKOZANI LANGA (13 DEC)
Ingxoxo ekhethekile nomculi kamaskandi uSomnandi Thokozani Langa osebekulendima iminyaka eminingi.

#UKHOZIFMTOP20 - INGXOGXO EKHETHEKILE noDJ LAG (06 DEC)
Usesebenze nabaculi abakhulu abadume umhlaba wonke abafana njengo Beyonce, ungowokuzalwa eClermont, KwaZulu Natal, sikhuluma noDJ ophinde abengu producer, uDJ Lag.

#UKHOZIFMTOP20 - INGXOGXO EKHETHEKILE noDJ SOX (29 NOV)
Sikhuluma noDJ Sox ongu DJ/Producer adabuka khona la eThekwini nosezakhele igama uMhlaba wonke, saqala ukumazi kakhulu kwiqembu leDurban`s Finest.

#UKHOZIFMTOP20 - INGXOGXO EKHETHEKILE noZANDA ZAKUZA (15 NOV)
Siphethe umculi wakhona la KwaZulu Natal kodwa osezakhele igama wahamba nomhlaba wonke uZanda Zakuza. Uphinde abe i-Station Voice khona la-emsakazweni ohamba phambili uKhozi FM.

#UKHOZIFMTOP20 - INGXOGXO EKHETHEKILE noBEAST (08 NOV)
Siphethe uMalusi Ndlovu owaziwa ngelika BEAST emculweni.

#UKHOZIFMTOP20 - INGXOGXO EKHETHEKILE NE-MALINI (01 NOV)
Siphethe uNomvula "Toffo" Goge no Mduduzi "Mdu" Ntombela esibazi njengeqembu iMalini.

#UKHOZIFMTOP20 - BENNY MAVERICK INTERVIEW (25 OCT)
Sikhuluma nosomabhizinisi wase Thekwini ophinde ube sendimeni yomculo uBenny Maverick wodumo lwe-Kweyama Brothers.