Ukhozi FM Current AffairsUkhozi FM Current Affairs

Abasiki Bebunda: Okulindelekile Emva Kokukhothama KweSilo

View descriptionShare
Yize noma iSilo Samabandla Wonke sitshalwe izolo ebsuku, izakhamizi zakuleli zithole ithuba lokuthi nazo zivalelise inkosi ebeyaziwa njengomuntu oyinsika yosiko lwesizwe sakhe. Njengoba sekudlulile ukutshalwa kanye nokukhunjulwa kweSilo, umbuzo omkhulu ezingqondweni zabaningi njengamanje ilowo wokuthi "Sekuzokwenzakalani ngobukhosi bakwaZulu?". Ongoti bosiko lwakwaZulu uDr Shamase kanye noDr Shongwe bakhuluma noDumisani Ndimande ngenhloso yokuphendula lombuzo.
  • Facebook
  • X (Twitter)
  • WhatsApp
  • Email
  • Download

In 1 playlist(s)

Ukhozi FM Current Affairs

Social links
Recent clips
Browse 48 clip(s)