Njengoba kuyisikhathi sama holidi ka December sizovala unyaka siqale unyaka omusha abantu bazobe besho oHappy New Year. Sisakhuluma ngo nyaka ososayensi bathi ukuba wawuzalwe wakhulela komunye umhlaba ngabe awunayo leminyaka onayo manje, isibonelo, umuntu oneminyaka engu24Years emhlabeni wethu ngabe una 103 yeminyaka yasemhlabeni iMecury ukuba wayephila khona.