Ubusuku ObuhleUbusuku Obuhle

#Ubusuku Obuhle - (Umuntu onjani obizwa NgeNarcissist? ) - 26 July 2023

View descriptionShare

Sikwa Dokotela

sibheka into limaza  ubudlelwane babantu abaningi (Relationships) njengoba kuba nokungabonisani ngaso linye kubekhona lowomuntu ozibona engcono ngasosonke isikhathi.

Inyanga yabantu besilisa sizoyiphetha ngokuthi sibheke lesisifo esidlangile kubantu besilisa iNarcissist, ngokocwaningo lwabantu abaphila nalesisifo baningi futhi abantu abangatshelwa, abangafuni ukuzwa uvo lwabanye abantu futhi abangaphikiswa nhlobo. 

Baningi osaziwayo abakwazile ukuphila nalesisifo isikhathi eside kodwake bakwazile ukuphuma bathungathe usizo mayelana ne Narcissistism, okubalwa Kanye West, Donald Trump, Kim Kardashian  kanye no Madonna .

Udokotela wethu namhlanje uzosithatha asibeke mayelana nalesisifo esidlangile futhi abantu bakithi abanganalo ulwazi ngalo.

  • Facebook
  • X (Twitter)
  • WhatsApp
  • Email
  • Download

Ubusuku Obuhle

Ubusuku Obuhle is Ukhozi FM’s flagship talk show. It aims to educate, inform and entertain listeners 
Social links
Recent clips
Browse 1,785 clip(s)