Ubusuku ObuhleUbusuku Obuhle

#Ubusuku Obuhle - Thabani “Action” Ndlovu (Depression Awareness) -13 October 2025

View descriptionShare

Ubusuku Obuhle

Ubusuku Obuhle is Ukhozi FM’s flagship talk show. It aims to educate, inform and entertain listeners by engaging in and discussing issues of social im 
845 clip(s)
Loading playlist

Inyanga ka October yaziwa njenge Mental Health Awareness Month, lapho kugqanyiswa khona ukwelashwa kulabo abaphethwe yizifo ezehlukene ezithinta umqondo, phakathi kwazo kukhona
ukhwantalala, ingcindezi nezinye. Kanti uLwesihlanu lo esiphuma kuwo womhlaka 10 October beku usuku olubizwa nge Mental Health Day. Ingakho namhlanje sithe asixoxe no Thabani Action Ndlovu oqwashisa ngokubaluleka kokulapha nokweseka abakhungethwe yizifo zengqondo, ukwenza lokhu ngokuthi ahambe amabanga amade. U-Ndlovu ophinde abe yiciko uthi naye useke wakhungathwa ilesifo, uthi useke wahamba ibanga elisuka eMlazi elibhekise eGoli, kanti uzimisele ngokusuka e-Kapa aye ezweni lase Egypt ngonyaka ozayo.

  • Facebook
  • X (Twitter)
  • WhatsApp
  • Email
  • Download

In 1 playlist(s)

Ubusuku Obuhle

Ubusuku Obuhle is Ukhozi FM’s flagship talk show. It aims to educate, inform and entertain listeners 
Social links
Recent clips
Browse 1,820 clip(s)