Ubusuku ObuhleUbusuku Obuhle

#Ubusuku Obuhle - Sikwa Dokotela - World Drug Day  ( Nokulunga Mazeka-Nxumalo) - 26 June 2024

View descriptionShare

Usuku olwaziwe nge World Drug Day lapho kuhloswe ukuqwashisa
abantu ngobungozi bezidakamizwa.

Sikwa Dokotela Nokulunga Mazeka-Nxumalo 

Social Worker – Katsi Youth in Action (nonprofit organization that fights
against substance abese and helpd those who want to quit drugs) and she is
also a Careline Crisis and Trauma Centre Facilitator.

Sifisa ukuzwa ngemsebenzi abawenzayo emphakathini njenge Katsi Youth in
Action eqwashisa intsha, siphinde sizwe ukuthi uma umuntu esefike kubona
ethi ufuna ukuyeka izidakamizwa, iziphi izigaba adlula kuzona nezinto
asazobhekana nazo e ‘rehab’ uma efisa ukusinda ngempela.

Sizobheka ukuthi uma kuyilunga lomndeni olusogibeni ngabe nimeseka
kanjani, ikuphi eningakwenza esabambekile noma esefuna ukushintsha.

  • Facebook
  • X (Twitter)
  • WhatsApp
  • Email
  • Download

Ubusuku Obuhle

Ubusuku Obuhle is Ukhozi FM’s flagship talk show. It aims to educate, inform and entertain listeners 
Social links
Recent clips
Browse 787 clip(s)