Kwabanye kungenzeka unyaka uhambe kahle, kodwa kwabanye ubungemuhle neze. Sithe akesikhulume no Sikhulile Ngobese ongumeluleki aphinde abe umsunguli we Hluma Wellness ukuze sibheke ukuthi emva kokudlula ezimweni ezinzima, usilungisa kanjani isimo sakho somqondo ukwazi ukubuyela esimweni ube uwena futhi.