Sihleli Ekhoneni : Siyanda Peterson Mwelase x2 Colon Cancer survivor
sihleli ekhoneni nomuntu omusha u Siyanda Peterson Mwelase
oke wabhekana nesimo esinzima sokulwa nesifo somdlavuza kodwa
wasinqoba. Isikhathi esiningi sicabanga ukuthi uma ungumuntu omusha
awuzitholi izifo ezibucayi ngoba zisuke zibhekwe kubantu abakhulile.
Uzosixoxela ngendlela aseyihambile nalesifo esingamphathanga kanye
kodwa kabili kodwa waphuma ngale esindile.

#Ubusuku Obuhle - Ezaselawini no Dr Nomcebo Mthembu - 02 Mbasa 2026
42:05

#Ubusuku Obuhle - Ezemfundo - 02 Mbasa 2026
37:30

#Ubusuku Obuhle - Isipesheli sePhasika - UMlazi Gospel Choir - 02 April 2026
10:14