Idliso ,liyini idliso, ulibona kanjani? ulikhipha liqede kumuntu odlisiwe
Liyini idliso?...
idliso ngumuthi odliswa wona noma ofakwa wona ukuze uthande umuntu kakhulu ungezwa lutho ngaye.
Umubona kanjani umuntu odlisiwe ,signs and symptoms of idliso
Kuyancika kuhlobo lwedliso njengoba sizibalile izinhlobo ngaphezulu, amanye amadliso enza indoda ithothobale, amanye amadliso awazwani notshwala
uma indoda ike yaphuza ifike kumfazi ivulele isibhaxu, amanye amadliso enza indoda isabe umfazi, amadliso amanike wona ajwayele ukuba ne side effect
yokuthi indoda ibe nesikhwele, ipage iphone, ifune ukuphendula nezingcingo. kuhle ubonisane nomuntu okudayisela idliso ubuze kuyena ubungozi bedliso lakhe

#Ubusuku Obuhle - Ezemfundo (Isigaba sesibili) DHET - Ukuzazi kanye nentshisekelo yomkhakha womsebenzi (Self-knowledge and Career interest) - 16 April 2026
28:10

#Ubusuku Obuhle - Ezemfundo (isigaba sokuqala) - Learner support agents - 16 April 2026
15:25

#Ubusuku Obuhle - Ezemfundo (Science and Technology) - 15 kuMbasa 2026
20:38