Ubusuku ObuhleUbusuku Obuhle

#Ubusuku Obuhle - Sihleli Ekhoneni - 22 August 2024

View descriptionShare

sibheka ‘the state of dating in 2024’ nabantu abasha. Kulezinsuku kubukeka
sengathi kunzima ukuthola uthando oluqondile, intsha ayisakukhathalele ukuthatha isikhathi sokwazi umuntu, konke kuyashesha. Umuntu nikhuluma namhlanje kusasa usekubiza ngo ‘baby’, ngale kwakusasa sekuyalalwa. Lapho akukaze kukhulunywe lutho ngokuthandana,


imizwa, kusasa kodwa umuntu usumazi ngaphandle nangaphakathi.
Sibheka ukuthi ngabe iyona indlela ekumele siyijwayele le ngoba nabantu vele abasenandaba nothando, baxakwe impilo nezinto zabo noma kufanele sizame ukubuyisa isimilo umuntu Abe nomthetho kungani lula ukuthola.

  • Facebook
  • X (Twitter)
  • WhatsApp
  • Email
  • Download

Ubusuku Obuhle

Ubusuku Obuhle is Ukhozi FM’s flagship talk show. It aims to educate, inform and entertain listeners 
Social links
Recent clips
Browse 1,800 clip(s)