Sihleli Ekhoneni – Siyayivala lengosi namuhla, izoze ubuye ngonyaka ozayo.
Sike sakhuluma kuqala isonto kwezemfundo sibheka ukunyuka kokutheleleka
kwezifo zocansi ne HIV ngalesikhathi sonyaka kakhulukazi kubantu abasha.
Sithe akesihlale nabo abantu abasha sizwe kubona ukuthi ngabe ikhona yini
imlayezo nokufundiswa abasangakuzwa bakulalele njengentsha ukuze baphephe noma isimo sesivele siphumile esandleni?