Sekwedlule isikhathi esicishe silingane nonyaka kwavela inhlekelele lapho kwabhidlika ezinyezezakhiwo eGeorge esifundazweni sase Western Cape. Lenhlekelele yadlula nemiphefumulo yabantu abangu 34, kanti ngokukangqongqoshe wezokuhlala kwabantu uThembi Simelane, izizathu ezaholela kulokhu kwaba ubudedengu kulabo okwakumele bahlole lesakhiwo isigaba ngesigaba baqiniseke ukuthi omakhi bayayilandela imigomo ebekiwe emayelana nezakhiwo okuyi NHBRC. UNgqongqoshe ubethula umbiko wocwaningo olwenziwe yibo abeNHBRC ngoLwesihlanu.
Sixoxa no Siboniso Mtshali, oyi Principal Property Practitioner at Blaqprop.
Mlaleli singathanda ukuzwa olwakho uvo ngalesehlo nanokuthi usixoxele ngesigemegeme osaziyo esicishe sifane nalesi.
Siboniso Mtshali, Principal Property Practitioner at Blaqprop,

#Ubusuku Obuhle - DHET - S5 - EP11 - Ukukhetha izifundo ozozenza - 09 kuMbasa 2026
22:30

#Ubusuku Obuhle - Ezemfundo - Namhlanje sibheka abafundi abaphila ne-Autism Spectrum Disorder - 09 kuMbasa 2026 09 kuMbasa 2026
21:39

#Ubusuku Obuhle - Asikhulume - Namhlanje sibheka imithelela yokukhulelwa usamncane - 09 kuMbasa 2026
23:17