Ubusuku ObuhleUbusuku Obuhle

#Ubusuku Obuhle -Kwa Anonymous- 21 July 2025

View descriptionShare

Sinomlaleli osithumele iVN ocela ukuboniswa ngesimo esinzima abhekene naso no mama wengane yakhe. U- Ano uthi wabamba umama wengane yakhe ejola, uthi bazama ukulungisa izinto emva kokuthi exolisile kodwa akapholi enhlizweni. Uqhuba ngokuthi akakwazanga ukuziqhelalanisa naye ngesikhathi sesigameko ngoba ingane yayingekho esimweni esihle. Uthi kunzima nokunama uma eseduze kwakhe ngoba akasamuzwa kahle.

  • Facebook
  • X (Twitter)
  • WhatsApp
  • Email
  • Download

In 1 playlist(s)

Ubusuku Obuhle

Ubusuku Obuhle is Ukhozi FM’s flagship talk show. It aims to educate, inform and entertain listeners 
Social links
Recent clips
Browse 1,795 clip(s)