Usuku lwamagugu, lwaqala ukubungazwa ngomhlaka zingamashumi amabili nane kuMandulo ngonyaka ka-1995, ngenhloso yokuqhakambisa amagugu kanye namasiko abantu base-Ningizimu Afrika. Lolusuku luhambisana nomoya wokukhuthaza ubumbano phakathi kwezinhlanga ezahlukahlukene ezweni. Ngokwesiko lesizwe sama-Zulu, lolusuku belugujwa njengosuku lweNkosi uShaka, eyadlala indima enkulu ekwakheni isizwe sama-Zulu. Lezi ngezinye zezindlela zokugqugquzela ukonga nokuvikela amagugu esizwe ukuze angalahleki emlandweni wesikhathi esizayo.
Sibheka ukubaluleka kwamasiko, amagugu, ukusetshenziswa nokuqoshwa kolwimi, ezemvelo, ezokuvakasha njalo njalo.

#Ubusuku Obuhle - Ezaselawini no Dr Nomcebo Mthembu (Iziphi ezinye zezinto esingathi ziyaphoxa uma kwenziwa umdavazo ? ) - 12 March 2026
38:02

#Ubusuku Obuhle - Ezemfundo (Umkhankaso wokuqwashisa ngokwenzeka ngemuva kukamatikuletsheni (Post Matric Awareness Campaign) - 12 March 2026
25:38

#Ubusuku Obuhle -Ezemfundo (Inhlangano Yuxplore ) - 12 March 2026
21:09