Namhlanje sibheka udaba lwama-Property Stokvels. Kunabantu abafisa ukukhula bazakhele amathuba ukuze bavune kusasa kodwa baswele amandla uma bezongena kuloluhambo lwe property investment bebodwa, yingakho abanye bekhetha ukuhlanganyela nabanye abanombono ofanayo nabafisa ukutshala kweze property.
Sibheka ukuthi ama property stokvels asebenza kanjani, okuhle, okubi, okufanele ukwazi noma ukuqaphele ngawo.
Guest: Simphiwe Kubheka

#Ubusuku Obuhle - Legends Experience Awards - 4 kuNhlaba 2026
28:23

#Ubusuku Obuhle - Ezaselawini no Dr. Mthembu - 30 kuMbasa 2026
40:13

#Ubusuku Obuhle - Ezemfundo (isigaba sesibili) - 30 kuMbasa 2026
17:26