Ubusuku ObuhleUbusuku Obuhle

#Ubusuku Obuhle - Ezemfundo - Ukuthenga ngokwesabeka kuka-Petrol kanye nezinyathelo zokuphepha (Dr Thandi Ngxongo) - 08 kuMbasa 2026

View descriptionShare
 

Namhlanje sixoxisane noDr Thandi Ngxongo (Business Women in Petroleum Industry) njengoba ngeledlule abashayeli bebentula uPetrol, amaGarage amaningi okwetha uPetrol ebengasenawo nokwenze ukuthi uma usutholakala abantu bawuthenga ngokweqile ngenhloso yokuwugcina ezigujini ukuze ungabapheleli. Inkinga lo-Phethiloli bawubeka emakhaya endaweni engaqinisekisiwe ukuthi kuphephe kangakanani ukuwubeka khona. 

  • Facebook
  • X (Twitter)
  • WhatsApp
  • Email
  • Download

Ubusuku Obuhle

Ubusuku Obuhle is Ukhozi FM’s flagship talk show. It aims to educate, inform and entertain listeners 
Social links
Recent clips
Browse 1,841 clip(s)