Kuyinto ekeyenzeke ukuthi kuhlale kuqubuko isifo esifo esithize okuyisifo vele esaziwayo, njengamanje sizwa kukhulunywa ngophenyane. Lapho umnyango wezempilo osukhiphe izexwayiso eziningi ngalesisifo.
Umbuzo owokuthi ingabe luyini uphenyane, uban ongathola lesisifo, siyelapheka, izimpawu, ukuthi ngingakwazi yini ukusigwema noma ukuzivikela ukuthi ngingasitholi. Noma ngabe sinemibuzo okubalulekile ukuthi ukuzivikela kunycono kunokwelapha(prevention is better than cure).

#Ubusuku Obuhle - Ezaselawini no Dr Nomcebo Mthembu (Sixoxa ngokulekelelana ngezezimali ebudlelwaneni) - 19 February 2026
38:03

#Ubusuku Obuhle -Ezemfundo (Private vs Public Higher Education Institutions)- 19 February 2026
26:49

#Ubusuku Obuhle -Ezemfundo - Izincwadi ezifundwa ezikoleni ezenziwe imidlalo yasesiteji - 19 February 2026
16:59