Dr. Nomcebo Mthembu ongumsunguli we- Indoni Cultural Centre, indawo yokulapha iMedilution esebenzisa izindlela zesintu nezaseNtshonalanga ukulapha umuntu.
Amazinga okushisa Aya ngokwenyuka ezindaweni ezahlukene eNingizimu Afrika, abesimo sezulu bathi ‘iHeat Wave” le, okusho ukuthi kuzomele abantu becophelele ukuphuza amanzi amaningi, begcobe
iSunscreen kanti bezame ukungazikhandli kakhulu ngoba ukwequleka kungenzeka, ikakhulukazi uma uhamba ibanga elide kulelilanga.
Sizokhuluma ngocansi esikhathini sasehlobo njengoba sazi ukuthi ucansi lulodwa luvusa ukushisa nokujuluka okuningi. Abanye baze behlelwe umdlandla lokuzibandakanisa kuncansi ngenxa yesifuthefuthe sezinga lokushisa.

#Ubusuku Obuhle - Ezaselawini no Dr Nomcebo Mthembu - 19 March 2026
38:49

#Ubusuku Obuhle - Ezemfudo (AmaTVET Colleges neZiqu Zamakhono Omsebenzi) - 19 March 2026
26:30

#Ubusuku Obuhle -Ezemfundo (Studying during school holidays) - 19 March 2026
21:58